Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Vele Ng'yamthanda

๐Ÿ‘ค Ms Level โ€ข ๐ŸŽผ Vele ng'yamthanda โ€ข โฑ๏ธ 4:15
๐ŸŽต 2169 characters
โฑ๏ธ 4:15 duration
๐Ÿ†” ID: 10089668

๐Ÿ“œ Lyrics

Ngiyam'thanda thanda weh
Ngiyam'thanda thanda weh
Vele bo
Vele bo
Vele bo ngiyam'thanda
Vele bo
Vele bo
Ao Vele bo ngiyam'thanda
Ao Vele bo (Ngiyam'thanda)
Vele bo (Ngiyam'thanda)
Vele bo ngiyam'thanda
Ao Vele bo (Ngiyam'thanda)
Vele bo (Ngiyam'thanda)
Vele bo ngiyam'thanda

Ngiyam'thanda ai suka niyang'bona ngiyam'thanda
Ai suka niyang'bona ngiyam'thanda
Ai suka niyang'bona ngiyam'thanda
Ngiyam'thanda ai suka niyang'bona ngiyam'thanda
Ai suka niyang'bona ngiyam'thanda
Ai suka niyang'bona ngiyam'thanda
Vele bo
Vele bo
Ao Vele bo ngiyam'thanda
Ngiyekeleni mina
(Ngimthande)
U yangi chaza welele (Ngimthande)
(Ngimthande)
Ngiyam'thanda lomuntu wami(Ngimthande)
(Ngimthande)
Ngiyam'thanda welele (Ngimthande)
(Ngimthande)

Ningaz' biza zonke izinsizwa,
nabo bonke abafana, nawo wonke amadoda kodwa ngiyam'thanda
Ngithi ningaz' biza zonke izinsizwa,
nabo bonke abafana, nawo wonke amadoda kodwa ngiyam'thanda
Ei ngithi ningaz' biza zonke izinsizwa,
nabo bonke abafana, nawo wonke amadoda kodwa ngiyam'thanda
Mina ngithi ningaz' biza zonke izinsizwa,
nabo bonke abafana, nawo wonke amadoda kodwa ngiyam'thanda

Ngiyekeleni mina
(Ngimthande)
U yangi chaza welele (Ngimthande)
(Ngimthande)
Ao myekeleni mina(Ai ngimthande)
(Ngimthande)
(Ngimthande)
Ngithi ngithi hlala phantsi bathi
vuka wena uhambe indlela yalo uthando
Mus' ukulokho uyibalekela
Mus' ulokhu ubhala ucishe ngoba kuyabonakala uyamthanda
Noma ngithi ngihamba hambe ngibheke ezinye inzizwa kodwa hai cha
Ngzame zame ngikhalaze ngizi bheke hai cha vele
aqhamuke amamatheke ngimbone hai suka ngiyam'thanda
Meku khona o phatha igama lakhe vele ngiqhaqhazele,
ngitatazele, ngimoyizele, ngincincitheke, nghleke ubala ngimamatheken
Kuvele kushwabane ulimi ngiphelelwe ngamaganyana
Noma kunga dum' izulu, kuzama zame, liqhekezeke,
libalele line amaqhwa, line imvula,
kushise ilanga noma kunga qhekezeka
amadwala amakhulu mina ngiyam'thanda

Ei ngithi ningaz' biza zonke izinsizwa,
nabo bonke abafana, nawo wonke amadoda kodwa ngiyam'thanda
Mina ngithi ningaz' biza zonke izinsizwa,
nabo bonke abafana, nawo wonke amadoda kodwa ngiyam'thanda
Ao Vele bo ngiyam'thanda
Vele bo (Ngiyam'thanda)
Vele bo (Ngiyam'thanda)

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings