Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Inhlupheko (feat. Mduduzi)

๐Ÿ‘ค Big Zulu โ€ข ๐ŸŽผ Ichwane Lenyoka โ€ข โฑ๏ธ 5:17
๐ŸŽต 3017 characters
โฑ๏ธ 5:17 duration
๐Ÿ†” ID: 11272483

๐Ÿ“œ Lyrics

Ayi shun'wenkabi (ngizomosha)
Ayi sawubona mtanami
Ngithemba okuthi uyaphila
Ngokwe gama nguDoris
Ngiyabonga usuze wa fika
Mzukulu, leth' amanzi ukutheng' icold-drink ngyafisa
Kodwa ikati lilele ezikho
Sibong' umphefumulo masiphila

Mtanami angixolise, ukuk'moshela isikhathi
Okungezeka ukuthi umatasa
Kodwa ngeke ngithath' isikathi
Mzukulu, awleth' icansi
Umalume ake ahlale phansi
Angazi ng'zoqalaphi
Kodwa ng'celi ukuqala phansi
Mangithi ngiya bheka, umama ugqwele usizi
Kodwa imbokodo yokuqina le iyibambe ishisa insimbi
Mzukulu uyahlakula kukha'l igeja ugcwel' insimbi

Sesizwa ileya nkomo ukuthi silale sidlile ubisi
Mtanami angikusho lokhu
Mina ngazalelwa ukuhlupheka
Ngiyinhlekisa emphakhathini nginana impuphu neshugela
Abanye bathi ngiya thakatha
Ngithule bengisukela
Angiyazi injabulo
Kodwa eZulwini ngiyokhululeka

Kuyozeze kube nini, isimo singashintshi?
Inhlupheko, ngikhala eb'suku ne mini
Ngothemba kuwe wedwa, mdali wami
We-Jesu nguwe ithemba lami
Yebo, kunzima, nethemba lingiphelele
Lobubuhlungu nesimo ngisamukele
Imizamo yami iyophela kuwe
Ngizophumula xa ndifika kuwe

Intokozo, mina iyami inzima
Njegoba ubona amathuna
Ay bonke la ekhaya bangishiya
Lomtwana omsehlana yena ubabakhe wamphika
Kusele mina neMzukulu
Masihamba kuyosala inxiwa
Ngyazi isisho sithi "Alikho ithuna lendlala"
Lomtwana engimtetile, unina wamshiya ekhala
Lona omdala uhlale ebuza, "Ukuphi umama?"
Wahamba eyofuna itoho
Akaphindanga wabuya ekhaya

Mtanami, kunzima kunokuphela iviki ngadlile
Ngikhalela uMzukulu abuye eskoleni elambile
Kodwa usebenza kanzima
Ukuba nekusasa eliqhakazile
Ukuthi uphuma enhluphekweni
Kodwa ezifundweni udlal' ephasile
Eqinisweni, mtanami mina ngyafisa ubaba angithathe
Kodwa abazukulu mina ngeke ngibalahle
Uyazi isifiso sami ukuthi bafunde baphase
Nali ithawula, mtanami
Bengaqondile ukuthi ukhale

Kuyoze kube nini, isimo singashintshi?
Inhlupheko, ngikhala eb'suku ne mini
Ngothemba kuwe wedwa, mdali wami
Ey we-Jesu nguwe ithemba lami
Yebo, kunzima, nethemba lingiphelele
Lobubuhlungu nesimo ngisamukele
Imizamo yami iyophela kuwe
Ngizophumula xa ndifika kuwe

Liyaphuma, liyashona
Kimi akuna mehluko
Yebo, ekukhuleni kwami nami ngakhula ngina amaphupho
Ngyathula nje, ngilalele enkozweni besho amahubo
Isiqalekiso sami ubaba wabamba elentulo
Kwakhala inyonini layikhaya basiqalekisa
Amathuna anele ebaleni kushoda elami ngivalelise
Bengaqondile ukudabukisa
Ngyaxolisa mtanami, akuyona inhloso nje ukubalisa

Namhlanje mtanami, asazi siyolala sidleni
Into enokungisiza ukuyothengisa erenkeni
Ngizivulele itafula ngiqokelele osheleni
Kokunye nginokulala khona
Ngivuke ngithengise ekuseni
Kunzima mtanami, sidla imbuya ngothi
Angilazi icala lami, emhlabeni ngiyi soni
Kodwa sengivumile, injabula angiyitholi
Angikukhulule mtanami uhambe ilang lingashoni

Kuyoze kube nini, isimo singashintshi?
Inhlupheko, ngikhala eb'suku ne mini
Ngothemba kuwe wedwa, mdali wami
Ey we-Jesu nguwe ithemba lami
Yebo, kunzima, nethemba lingiphelele
Lobubuhlungu nesimo ngisamukele
Imizamo yami iyophela kuwe

โฑ๏ธ Synced Lyrics

[00:18.27] Ayi shun'wenkabi (ngizomosha)
[00:21.83] Ayi sawubona mtanami
[00:24.30] Ngithemba okuthi uyaphila
[00:25.63] Ngokwe gama nguDoris
[00:26.52] Ngiyabonga usuze wa fika
[00:28.38] Mzukulu, leth' amanzi ukutheng' icold-drink ngyafisa
[00:29.59] Kodwa ikati lilele ezikho
[00:31.01] Sibong' umphefumulo masiphila
[00:31.82] Mtanami angixolise, ukuk'moshela isikhathi
[00:36.23] Okungezeka ukuthi umatasa
[00:37.72] Kodwa ngeke ngithath' isikathi
[00:39.00] Mzukulu, awleth' icansi
[00:40.40] Umalume ake ahlale phansi
[00:41.67] Angazi ng'zoqalaphi
[00:42.87] Kodwa ng'celi ukuqala phansi
[00:43.64] Mangithi ngiya bheka, umama ugqwele usizi
[00:45.82] Kodwa imbokodo yokuqina le iyibambe ishisa insimbi
[00:49.77] Mzukulu uyahlakula kukha'l igeja ugcwel' insimbi
[00:52.61] Sesizwa ileya nkomo ukuthi silale sidlile ubisi
[00:55.83] Mtanami angikusho lokhu
[00:58.55] Mina ngazalelwa ukuhlupheka
[00:59.45] Ngiyinhlekisa emphakhathini nginana impuphu neshugela
[01:01.01] Abanye bathi ngiya thakatha
[01:03.05] Ngithule bengisukela
[01:04.28] Angiyazi injabulo
[01:05.34] Kodwa eZulwini ngiyokhululeka
[01:07.57] Kuyozeze kube nini, isimo singashintshi?
[01:10.26] Inhlupheko, ngikhala eb'suku ne mini
[01:16.50] Ngothemba kuwe wedwa, mdali wami
[01:22.32] We-Jesu nguwe ithemba lami
[01:27.47] Yebo, kunzima, nethemba lingiphelele
[01:32.87] Lobubuhlungu nesimo ngisamukele
[01:39.15] Imizamo yami iyophela kuwe
[01:44.26] Ngizophumula xa ndifika kuwe
[01:49.81] Intokozo, mina iyami inzima
[01:53.78] Njegoba ubona amathuna
[01:55.54] Ay bonke la ekhaya bangishiya
[01:57.21] Lomtwana omsehlana yena ubabakhe wamphika
[01:59.88] Kusele mina neMzukulu
[02:01.45] Masihamba kuyosala inxiwa
[02:02.92] Ngyazi isisho sithi "Alikho ithuna lendlala"
[02:05.21] Lomtwana engimtetile, unina wamshiya ekhala
[02:07.95] Lona omdala uhlale ebuza, "Ukuphi umama?"
[02:10.92] Wahamba eyofuna itoho
[02:12.27] Akaphindanga wabuya ekhaya
[02:14.01] Mtanami, kunzima kunokuphela iviki ngadlile
[02:16.76] Ngikhalela uMzukulu abuye eskoleni elambile
[02:19.09] Kodwa usebenza kanzima
[02:20.80] Ukuba nekusasa eliqhakazile
[02:22.27] Ukuthi uphuma enhluphekweni
[02:23.71] Kodwa ezifundweni udlal' ephasile
[02:25.13] Eqinisweni, mtanami mina ngyafisa ubaba angithathe
[02:28.01] Kodwa abazukulu mina ngeke ngibalahle
[02:29.51] Uyazi isifiso sami ukuthi bafunde baphase
[02:33.38] Nali ithawula, mtanami
[02:35.10] Bengaqondile ukuthi ukhale
[02:37.25] Kuyoze kube nini, isimo singashintshi?
[02:39.66] Inhlupheko, ngikhala eb'suku ne mini
[02:45.36] Ngothemba kuwe wedwa, mdali wami
[02:51.25] Ey we-Jesu nguwe ithemba lami
[02:56.28] Yebo, kunzima, nethemba lingiphelele
[03:02.03] Lobubuhlungu nesimo ngisamukele
[03:07.92] Imizamo yami iyophela kuwe
[03:14.34] Ngizophumula xa ndifika kuwe
[03:19.08] Liyaphuma, liyashona
[03:22.44] Kimi akuna mehluko
[03:23.51] Yebo, ekukhuleni kwami nami ngakhula ngina amaphupho
[03:26.43] Ngyathula nje, ngilalele enkozweni besho amahubo
[03:29.03] Isiqalekiso sami ubaba wabamba elentulo
[03:32.18] Kwakhala inyonini layikhaya basiqalekisa
[03:34.57] Amathuna anele ebaleni kushoda elami ngivalelise
[03:37.65] Bengaqondile ukudabukisa
[03:40.79] Ngyaxolisa mtanami, akuyona inhloso nje ukubalisa
[03:42.93] Namhlanje mtanami, asazi siyolala sidleni
[03:45.77] Into enokungisiza ukuyothengisa erenkeni
[03:48.77] Ngizivulele itafula ngiqokelele osheleni
[03:51.65] Kokunye nginokulala khona
[03:53.44] Ngivuke ngithengise ekuseni
[03:54.75] Kunzima mtanami, sidla imbuya ngothi
[03:57.04] Angilazi icala lami, emhlabeni ngiyi soni
[03:59.60] Kodwa sengivumile, injabula angiyitholi
[04:02.87] Angikukhulule mtanami uhambe ilang lingashoni
[04:05.77] Kuyoze kube nini, isimo singashintshi?
[04:09.02] Inhlupheko, ngikhala eb'suku ne mini
[04:14.58] Ngothemba kuwe wedwa, mdali wami
[04:20.26] Ey we-Jesu nguwe ithemba lami
[04:25.72] Yebo, kunzima, nethemba lingiphelele
[04:31.73] Lobubuhlungu nesimo ngisamukele
[04:38.32] Imizamo yami iyophela kuwe
[04:42.15]

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings