Umoya Wenkosi
๐ต 293 characters
โฑ๏ธ 4:14 duration
๐ ID: 11858905
๐ Lyrics
Umoya weNkosi wathath' uHezekiya wam'beka endaweni
Wajikela ngapha wabon' amathambo omileyo kakhulu
Wamemez' uHezekiya wathi mathambo mathambo hlanganani
Ash' amathambo, eza egijima
Umoya kaJehova uyavuselela
Khuluma nalesimo iNkosi inamandla
Ungithatha la
Angibeke le
UJesu unobubele ngam