Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Mbali Malimela- Isibeletho (feat. Sibusiso Malimela)

๐Ÿ‘ค Mbali Malimela โ€ข ๐ŸŽผ Mbali Malimela Songs โ€ข โฑ๏ธ 2:51
๐ŸŽต 1844 characters
โฑ๏ธ 2:51 duration
๐Ÿ†” ID: 12093679

๐Ÿ“œ Lyrics

Thina siyizintandane ezinhle
Ezikhothwa zimvula
Kwabona oNina
Asikaze sibabone

Athi uKhulu Mzukulu
Uyangisabisa lonyaka
Unezinombolo ezifanayo
Kanti usho unyaka
Azoflathela ngawo(2020)

Athi ukhulu isibeletho somfazi
Sikuthwala konke
Kuvundla inyoka, kuvundle
Ibululu siyamukela sibonge

Kwawona lamagxaba
Esiwagqokile akwandele bani
Yisibusiso, uyesabeka
Sesikhulekela nina bazukulu
Ngyasola ilumbo lisemuva
Kithi nabantwana bethu, Izinseka
Kade zanqundeka

Hehe
Athi Ukhulu, Into eyenza
Amaphupho amakhulu asabeke
Ukuthi usuke usuhluleke
Kakhulu mzukulu
Manje noma sekfanele uqhubeke
Wazi ksafanele ukhubeke
Wena awsawazi umehluko
Phakathi komnyango osuvulekile
Noksamele uvuleke

Mzukulu ubo ubohlala
Uma inhliziyo inqaba
Ngoba okuphambili ulaka
Lokungalaleli uma unqandwa
Kanti ubozinuka amakhwapha
Awusoze waba muhle
Kulo lonke udaba
Njalo njalo mzukulu Ukuzilimaza
Ngezakho izandla ubokwesaba.

Anoke nilethe amapeni enu
Ngiyowakhulekela enkonzweni
Kusobala Nina nithunyiwe
La emhlabeni, manje
Mawuthunyiwe uyingane kulula
Uksheshe ukhohlwe endleleni
Lethani amapeni enu
Ngibuyele nawo
Emuva konithumile
Ksobala udumo lakhe
Lunizumile

Athi uKhulu, kodwa
Uyangisabisa lonyaka
Unezinombolo ezifanayo
Esho unyaka azophangalala
Ngawo(2020)

Hee we mzukulu
Ubolihlafuna uligwinye
Noma libaba
Iqiniso ngelinye
Lamathuluzi okwakha
Uma umhlaba ungu makhi
Nawe isandla ubosifaka.
UShaye uphindelele ihlombe Akusibo bonke ubuchule
Obudwetshwe esakho isithombe
Okuhle kubizwa
Ngokuhle, uzithobe

Athi ukhulu mzukulu
Ngiyakubona ngikubona
Usemanzini,Cha awuthwasi
Ngizwe ngithini
Wena usemanzini
Uthwele umthwalo
Angazi ke
Ngodadewenu waMalo
Kodwa wena usezweni ongalazi
Ngiyakubona futhi unovalo
Ngathi ulokhu
Ubanikeza isandla
Bona bafuna ngalo

Athi ukhulu isibeletho somfazi
Sikuthwala konke
Kuvundla inyoka, Kuvundle
Ibululu siyamukela sibonge

โฑ๏ธ Synced Lyrics

[00:04.85] Thina siyizintandane ezinhle
[00:06.35] Ezikhothwa zimvula
[00:07.83] Kwabona oNina
[00:08.78] Asikaze sibabone
[00:10.54] Athi uKhulu Mzukulu
[00:11.89] Uyangisabisa lonyaka
[00:13.32] Unezinombolo ezifanayo
[00:15.24] Kanti usho unyaka
[00:16.08] Azoflathela ngawo(2020)
[00:17.55] Athi ukhulu isibeletho somfazi
[00:19.33] Sikuthwala konke
[00:21.23] Kuvundla inyoka, kuvundle
[00:22.68] Ibululu siyamukela sibonge
[00:25.65] Kwawona lamagxaba
[00:26.75] Esiwagqokile akwandele bani
[00:28.67] Yisibusiso, uyesabeka
[00:31.32] Sesikhulekela nina bazukulu
[00:33.31] Ngyasola ilumbo lisemuva
[00:35.11] Kithi nabantwana bethu, Izinseka
[00:37.35] Kade zanqundeka
[00:39.36] Hehe
[00:40.43] Athi Ukhulu, Into eyenza
[00:41.82] Amaphupho amakhulu asabeke
[00:43.53] Ukuthi usuke usuhluleke
[00:44.91] Kakhulu mzukulu
[00:46.47] Manje noma sekfanele uqhubeke
[00:48.22] Wazi ksafanele ukhubeke
[00:50.53] Wena awsawazi umehluko
[00:51.83] Phakathi komnyango osuvulekile
[00:53.68] Noksamele uvuleke
[00:55.75] Mzukulu ubo ubohlala
[00:56.89] Uma inhliziyo inqaba
[00:57.94] Ngoba okuphambili ulaka
[00:59.19] Lokungalaleli uma unqandwa
[01:01.07] Kanti ubozinuka amakhwapha
[01:02.58] Awusoze waba muhle
[01:03.88] Kulo lonke udaba
[01:05.40] Njalo njalo mzukulu Ukuzilimaza
[01:07.53] Ngezakho izandla ubokwesaba.
[01:10.57] Anoke nilethe amapeni enu
[01:12.06] Ngiyowakhulekela enkonzweni
[01:14.16] Kusobala Nina nithunyiwe
[01:15.42] La emhlabeni, manje
[01:17.04] Mawuthunyiwe uyingane kulula
[01:18.52] Uksheshe ukhohlwe endleleni
[01:20.37] Lethani amapeni enu
[01:21.41] Ngibuyele nawo
[01:22.55] Emuva konithumile
[01:23.58] Ksobala udumo lakhe
[01:24.73] Lunizumile
[01:25.69] Athi uKhulu, kodwa
[01:26.95] Uyangisabisa lonyaka
[01:28.36] Unezinombolo ezifanayo
[01:30.11] Esho unyaka azophangalala
[01:31.08] Ngawo(2020)
[01:53.37] Hee we mzukulu
[01:55.39] Ubolihlafuna uligwinye
[01:56.71] Noma libaba
[01:58.30] Iqiniso ngelinye
[01:59.32] Lamathuluzi okwakha
[02:01.39] Uma umhlaba ungu makhi
[02:02.56] Nawe isandla ubosifaka.
[02:04.52] UShaye uphindelele ihlombe Akusibo bonke ubuchule
[02:08.23] Obudwetshwe esakho isithombe
[02:10.35] Okuhle kubizwa
[02:11.61] Ngokuhle, uzithobe
[02:14.11] Athi ukhulu mzukulu
[02:15.04] Ngiyakubona ngikubona
[02:16.80] Usemanzini,Cha awuthwasi
[02:18.95] Ngizwe ngithini
[02:20.32] Wena usemanzini
[02:21.37] Uthwele umthwalo
[02:22.71] Angazi ke
[02:23.43] Ngodadewenu waMalo
[02:25.22] Kodwa wena usezweni ongalazi
[02:27.14] Ngiyakubona futhi unovalo
[02:29.21] Ngathi ulokhu
[02:30.14] Ubanikeza isandla
[02:30.98] Bona bafuna ngalo
[02:32.50] Athi ukhulu isibeletho somfazi
[02:34.18] Sikuthwala konke
[02:35.98] Kuvundla inyoka, Kuvundle
[02:37.55] Ibululu siyamukela sibonge
[02:40.04]

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings