Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Uyalalela Umoya (Live)

๐Ÿ‘ค Joyous Celebration โ€ข ๐ŸŽผ Joyous Celebration 12: Live At The Grand West Arena Cape Town โ€ข โฑ๏ธ 5:10
๐ŸŽต 446 characters
โฑ๏ธ 5:10 duration
๐Ÿ†” ID: 12367332

๐Ÿ“œ Lyrics

Nkosi ubhek' isiphepho
Namaza ngamaza agubhayo
Nezulu seliguqubele
Akekho baba ongasisiza
Nguwe wedwa

Lapho ulalelwa ngamaza la
Uma ethi(Thula thula, thula thula)
Noma ulwandle lugubhayo
Noma amadimoni alingayo
Ungesishonis' isikepe lesi
EsinoSomandla phakathi le
Uyalalela umoya wam
Uma uthi thula
Thula uthi nya

Nkosi siyacela baba
Vuka manje usisindise
Usisindise thina
Ngokuba
There's no one else but you
Onakho, onakho ukusisiza
Ngoba wena

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings