Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Ngibe muhle nam'

๐Ÿ‘ค Deborah Fraser โ€ข ๐ŸŽผ Umsamariya โ€ข โฑ๏ธ 3:46
๐ŸŽต 669 characters
โฑ๏ธ 3:46 duration
๐Ÿ†” ID: 13795151

๐Ÿ“œ Lyrics

Ngibonga, wena Jesu
Uma, ungibiza
Bengi...
Bengilahlekile
Manje, ngitholakele
Yay ngiyavuma
Ngisebenzise Nkosi yami
(Ngigeze baba)
Ngigeze ungigezisise
Ngibe muhle nami

Bengi... (Bengi)
Yintandane... (Bengiyintandane)
Nginge... (Oh nginge)
Ngingenakhaya (Ngingenakhaya)
Ngihamba... (Be ngihamba)
Ngilala Baba
Noma (Noma)
Kukuphi na
Suka kimi... (Suka kimi)
Suka kimi sathane (Suka kimi sathane)
Ngino... (Mina ngino)
Ngino Jesu wami (Ngino Jesu wami)
Uya... (Uya)
Uyangiphilisa
Ngizwa (Oh Ngizizwa)
Ngimusulwa

(Yebo ngiyavuma)
Yebo ngiyavuma
(Ngisebenzise Baba wam')
Ngisebenzise Nkosi yam'
(Ngigeze Baba wam')
Ngigeze ungigezisise
(Ngibe muhle nam')
Ngibe muhle nami

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings