Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Yini Ungashongo

๐Ÿ‘ค Inkos'yamagcokama โ€ข ๐ŸŽผ Home Alone โ€ข โฑ๏ธ 5:36
๐ŸŽต 2637 characters
โฑ๏ธ 5:36 duration
๐Ÿ†” ID: 14377553

๐Ÿ“œ Lyrics

Wakuthatha impela umatapudaka dali
Wang'shiya mina
Ehh dali Wakuthatha impela lomangcola
Wagcina ujola naye
Ehh dali Wakuthatha impela
Lofafablane wangcin' ujola naye
Kanti yini le akayenza kangcono kunami
Ngoba ngangiz'tshela ukuth ngikuphethe kahle
Kanti yini ungashongo
Kanti yini le akayenza kangcono kunami
Ngoba ngangiz'tshela ukuth ngikuphethe kahle
Manje why ungangitshelanga
Yini le akayenza kangcono kunami
Ngoba ngangiz'tshela ukuth ngikuphethe kahle
Kanti why ungashongo
Wawuthi mawungikhalisa
Afike angithulisee yena
Leso skhathi leso yena wayeseyisisheli wen uyisoka lami
Wawuthi mawungikhalisa afike angithulisee yena
Leso skhathi leso yena
Wayeseyisisheli wen uyisoka lami
Wawuthi mawungikhalisa afike angithulisee yena
Leso skhathi leso yena
Wayeseyisisheli wen uyisoka lami
Wawuthi mawungikhalisa dali afike angithulisee yena
Leso skhathi leso yena
Wayeseyisisheli wen uyisoka lami
Kanti yini le akayenza
Kangcono kunami (Kancane kancane)
Ngoba ngangiz'tshela
Ukuthi ngikuphethe kahle
(Wakususa endaweni yakho kwahlala yena)
Manje why ungashongo
(Kwagcina kubusa yena enhlizweni yami)
Kanti yini le akayenza
Kangcono kunami (Kancane kancane)
Ngoba ngangiz'tshela ukuthi
Ngikuphethe kahle
(Wakususa endaweni yakho kwahlala yena)
Manje yini ungashongo
(Kwagcina kubusa yena enhlizweni yami)
Kanti yini le akayenza kangcono
Kunami (Kancane kancane)
Ngoba ngangiz'tshela
Ukuthi ngikuphethe kahle (Wakususa endaweni yakho kwahlala yena)
Kanti yin ungashongo
(Kwagcina kubusa yena enhlizweni yami)
Leso skhathi leso yena
Wayeseyisisheli wen uyisoka lami
Wawuthi mawungikhalisa afike angithulise
Wawuthi mawungikhalisa afike angithulise
Wawuthi mawungikhalisa afike angithulise
Wagcin'esengiwina kanjaloo
Walungis'amaphuthakho wayiwina inhliziyo yami

Afike angithulise

Wagcin'esengiwina kanjalo (Kancane kancane)
Walungis'amaphuthakho wayiwina inhliziyo yami
(Wakususa endaweni yakho kwahlala yena)
(kwagcina kubusa yena enhliziyweni yami)
Wagcin'asengiwina kanjalo (Kancane kancane)
Walungis'amaphuthakho wayiwina inhliziyo yami
(Wakususa endaweni yakho kwahlala yena)
(kwagcina kubusa yena enhliziyweni yami)

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings