Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Nguwe Lo (feat. Fiso)

๐Ÿ‘ค Robbie Malinga โ€ข ๐ŸŽผ The Duets โ€ข โฑ๏ธ 4:34
๐ŸŽต 1472 characters
โฑ๏ธ 4:34 duration
๐Ÿ†” ID: 16287910

๐Ÿ“œ Lyrics

Baby nguwe lo, engifun' uhlalungo wami
Baby nguwe lo nguwe lo, engifun' uhlalungo wami
Ngifisa ukuvuka nawe, zonk' insuku zokuphila kwami
Ngifisa ukuvuka nawe, zonk' insuku zokuphila kwami

Uthuyazi nje (he) indlel' engikuthanda ngayo (ho)
Ubusuku nemini ngicabanga ngawe
Uthuyazi nje, ngiyazifela ngawe

Baby nguwe lo, engifun' uhlal' ungowami
Baby nguwe lo nguwe lo, engifun' uhlal' ungowami
Ngifisa ukuvuka nawe zonk' insuku zokuphila kwami
Ngifis' ukuvuka nawe zonk' insuku zokuphila kwami

Baby nguwe lo owathi kim' uyangithanda
Baby isithembiso sami uthando lwakho
Ngazitshel' ukuthi nami ngizofa nawe
Manj' uyazi nje ngiyazifela ngawe baby yeh!

Baby nguwe lo (oh nguwe lo baby) engifun' uhlal' ungowami
(Ngifun' ukuhlala nawe s'thandwa sami yeh!)
Baby nguwe lo (oh) nguwe lo (yey heheyi) engifun' uhlal' ungowami
(Ngifun' uhlal' ungowame baby)
Ngifis' ukuvuka nawe (ukuvuka nawe sthandwa sami)
Zonk' insuku zokuphila kwami (ngibe nawe zonk' insuku zokuphila kwame)
Ngifis' ukuvuka nawe (oh, oh wowowo)
Zonk' insuku zokuphila kwami (baby, baby, oh sthandwa sami yeye)

(Baby nguwe lo) baby nguwe lo (nguwe, nguwe baby)
Engifun' ukuhlal' ungowami (oh dali wami, sthandwa sami yeye)
Baby nguwe lo (nguwe, nguwe) engifun' uhlal' ungowami (oho yehe wowo hoho)
Ngifis' ukuvuka nawe (vuka nawe ekuseni)
Zonk' isuku zokuphila kwami (njalo mangivuk' ekuseni babe)
Ngifisa ukuvuka nawe (oh sthandwa sami, dali wame)
Zonk' insuku zokuphila kwami (ngiyakuthanda sthandwa same)

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings