Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Thandiwe (Acoustic)

๐Ÿ‘ค Musa โ€ข ๐ŸŽผ Backroom โ€ข โฑ๏ธ 2:57
๐ŸŽต 798 characters
โฑ๏ธ 2:57 duration
๐Ÿ†” ID: 16287918

๐Ÿ“œ Lyrics

Kuthe nom' ilife ingishayile, bonk'abantu bengilahlile
Ubukhona wen' ungibhekile, uhlazo lwam' ulufihlile
Uthe noma ngingenamalike, but you never give up on me yeh
Ulokh' ukhon' ungibhekile, uhlazo lwam' ulufihlile

Nhliziyo yami, yanele wena
Nhliziyo yami, ifanele wena
Imali yami, yanele wena
Is'khathi sami, sanele wena

All the best of me, I give it to you my love
Anime kancane nina abanye, anginazi
Anime kancane ngisa attender umuntu wami
I wanna make her feel so good, ngifun' ukumnik' injabulo
Anime kancane nina abanye, anginazi anime kancane

Nhliziyo yami, yanele wena
Nhliziyo yami, ifanele wena
Imali yami, yanele wena
Is'khathi sami, sanele wena
Nhliziyo yami, yanele wena
Nhliziyo yami, ifanele wena
Imali yami, yanele wena
Is'khathi sami, sanele wena
Inhliziyo yami, inhliziyo yami

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings