Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Memeza (feat. Sjava)

๐Ÿ‘ค Blaq Diamond โ€ข ๐ŸŽผ Blaq Diamond Videos โ€ข โฑ๏ธ 6:06
๐ŸŽต 1866 characters
โฑ๏ธ 6:06 duration
๐Ÿ†” ID: 16603135

๐Ÿ“œ Lyrics

Seng'ze ngasha nezwi ngimemeza
Ngimemeza
Kodwa akekh' osabelayo
Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)
Ngimemeza (oh ngimemeza baba)
Kodwa akekh' osabelayo

Kodwa makumemeza bona hhayi
I'm always there when they need me,
They need me, they need me ngiyasabela
Kodwa makumemeza bona hhayi
I'm always there when they need me,
They need me, they need me ngiyasabela

We bafethu kanti yini eyanenza ningasabeli
Eyanenza ningasabeli mangikhala nami
Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana
Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana
Oh kanti nginamanga, nginamanga,
Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa
Oh kanti nginamanga, nginamanga,
Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa mina

Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu
Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala
Ngingamane ngithemb' itshe, k'nokuthi ngithembe umuntu
Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala
Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo
Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa
Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo
Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa

Seng'ze ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)
Ngimemeza (oh ngimemeza baba)
Kodwa akekh' osabelayo
Kodwa akekh' osabelayo
Sengize ngasha nezwi ng'memeza (oh ngimemeza)
Ngimemeza (oh ng'memeza baba)
Kodwa akekh' osabelayo

Kodwa makumemeza bona hhayi
I'm always there when they need me,
They need me, they need me ngiyasabela
Kodwa makumemeza bona hhayi
I'm always there when they need me,
They need me, they need me ngiyasabela

Makuwuwe ngikhala nawe
Makuyimi ngikhala ngedwa
Makuyimi ngikhala nawe
Makuyimi ngikhala ngedwa
Sengiqanjwe negama elisha
Thu "Mabizw' asabele"
Hlala nami Nkosi
Sengiqanjwe negama elisha weeh
Thu "Mabizw' asabele"
Tha angilifuni
Namhlanje kunje kunje kunje
Ingenxa yokulunga kwami
I care too much
Namhlanje kunje kunje kunjena nje
Ngenxa yokulunga kwami
I care too much

โฑ๏ธ Synced Lyrics

[00:34.73] Seng'ze ngasha nezwi ngimemeza
[00:39.87] Ngimemeza
[00:43.37] Kodwa akekh' osabelayo
[00:46.55] Sengize ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)
[00:51.66] Ngimemeza (oh ngimemeza baba)
[00:55.66] Kodwa akekh' osabelayo
[00:58.05] Kodwa makumemeza bona hhayi
[01:03.66] I'm always there when they need me,
[01:06.62] They need me, they need me ngiyasabela
[01:09.90] Kodwa makumemeza bona hhayi
[01:15.24] I'm always there when they need me,
[01:16.55] They need me, they need me ngiyasabela
[01:20.05] We bafethu kanti yini eyanenza ningasabeli
[01:27.78] Eyanenza ningasabeli mangikhala nami
[01:33.63] Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana
[01:39.22] Bengithi izandla ziyagezana, ziyagezana
[01:45.24] Oh kanti nginamanga, nginamanga,
[01:47.60] Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa
[01:50.88] Oh kanti nginamanga, nginamanga,
[01:53.57] Nginamanga, nginamanga ngiyazikhohlisa mina
[01:56.42] Ngingamane ngithemb' itshe, kunokuthi ngithembe umuntu
[02:00.73] Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala
[02:07.92] Ngingamane ngithemb' itshe, k'nokuthi ngithembe umuntu
[02:14.42] Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala
[02:20.19] Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo
[02:24.62] Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa
[02:31.43] Oh ngoba izolo lokhu bafika kimi bebedinga usizo
[02:35.77] Ngabanika, kodwa mangibadinga aba-bo-nwa
[02:42.75] Seng'ze ngasha nezwi ngimemeza (oh ngimemeza)
[02:48.92] Ngimemeza (oh ngimemeza baba)
[02:52.42] Kodwa akekh' osabelayo
[02:55.68] Kodwa akekh' osabelayo
[02:57.89] Sengize ngasha nezwi ng'memeza (oh ngimemeza)
[03:00.70] Ngimemeza (oh ng'memeza baba)
[03:04.23] Kodwa akekh' osabelayo
[03:06.66] Kodwa makumemeza bona hhayi
[03:12.76] I'm always there when they need me,
[03:14.99] They need me, they need me ngiyasabela
[03:18.42] Kodwa makumemeza bona hhayi
[03:24.68] I'm always there when they need me,
[03:25.98] They need me, they need me ngiyasabela
[03:29.96] Makuwuwe ngikhala nawe
[03:34.53] Makuyimi ngikhala ngedwa
[03:43.43] Makuyimi ngikhala nawe
[03:50.84] Makuyimi ngikhala ngedwa
[03:56.77] Sengiqanjwe negama elisha
[04:02.65] Thu "Mabizw' asabele"
[04:05.69] Hlala nami Nkosi
[04:08.08] Sengiqanjwe negama elisha weeh
[04:14.23] Thu "Mabizw' asabele"
[04:17.46] Tha angilifuni
[04:18.50] Namhlanje kunje kunje kunje
[04:25.67] Ingenxa yokulunga kwami
[04:28.88] I care too much
[04:29.91] Namhlanje kunje kunje kunjena nje
[04:37.47] Ngenxa yokulunga kwami
[04:41.90] I care too much
[04:45.45]

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings