Ndizakuwe Dali
๐ต 582 characters
โฑ๏ธ 4:51 duration
๐ ID: 16716893
๐ Lyrics
Umsebenzi usuphelile izimo zishintshile
Kodwa andikhathali ngoba ndiyazi
Ndizoba nawe
Mm ndizakuwe dali
Mm ndiza kuwe dali
Sengzoba yini na ngaphandle kwakho
Noma ilanga lishona ngihlala ngicinga ngawe
Noma ilanga liphuma nhliziyo yam ilangazela wena
Mm ndiza kuwe dali
Oh ayi ayi ndiza kuwe dali
Yeh ndiza kuwe dali
Oh ay ay ay ndiza kuwe dali
Sekuhlwile ubumnyama empilweni yami sondela ukhanyise hhey
sekusele insukwana njena sengizoba nawe sekusele amalanga njena
Noma bangathetha noma bangathula
Noma bangaqhuma noma bangavuya
Noma imvula inganetha
Noma umsebenzi usuphelile