Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Umeqiselo (feat. Zulu Messengers)

๐Ÿ‘ค Saliwa โ€ข ๐ŸŽผ Emabhukwini Amafa โ€ข โฑ๏ธ 5:06
๐ŸŽต 681 characters
โฑ๏ธ 5:06 duration
๐Ÿ†” ID: 17554544

๐Ÿ“œ Lyrics

Kukhona abafana abathi bengashaya thina ngengoma
WeMalobola mfokababa bangobani? (Bangobani)
Bangobani na?
(Bangobani laba bathi bengashaya thina ngengoma, siyobashaya ngengoma)
Siyobashaya (Siyobashaya)
Aw siyobashaya ngengoma (Siyobashaya ngengoma)
We' nsizwa sobashaya (Siyobashaya)
Aw siyobashaya ngengoma (Siyobashaya ngengoma)
We' nsizwa siyobashaya (Siyobashaya)
Siyobashaya (Sobashaya)
Aw siyobashaya ngengoma (Sobashaya ngengoma)

Aw lamaganyana ayiziswanyana ngiyawazi wemfana
Kunjalo nje
Engawakhuluma mina mhla ngihamba nobhuti bami
Ngiyowaphinda mina noma sengihamba ngedwa anong'buza
Uma seng'fikile mfana, ahh ng'suke seng'fikile
Aw lamaganyana ayiziswanyana ngawami

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings