Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Inhlalayenza

๐Ÿ‘ค Soul Brothers โ€ข ๐ŸŽผ Jive Explosion โ€ข โฑ๏ธ 3:58
๐ŸŽต 1028 characters
โฑ๏ธ 3:58 duration
๐Ÿ†” ID: 23075449

๐Ÿ“œ Lyrics

Ng'yaqala ukuyibona intenjena madoda kulomhlaba

Ng'qondene nobunzima madoda kubuhlungu ukuthanda umuntu

Ingane yabo iyang'thanda kodwa abafun' ukung'shadisa
(Akuqali ngawe inhlala yenzeka)

(Aw sish' ukuthanda umuntu k'lomhlaba)

Ng'qondene nobunzima madoda kubuhlungu ukuthanda umuntu
Ng'qondene nobunzima madoda kubuhlungu ukuthanda umuntu

Ingane yabo iyang'thanda kodwa abafun' ukung'shadisa
Ingane yabo iyang'thanda kodwa abafun' ukung'shadisa
(Akuqali ngawe inhlala yenzeka)
(Sish' ukuthanda umuntu k'lomhlaba)

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings