Ngiyohlala (feat. Thami Mthabela)
๐ต 1035 characters
โฑ๏ธ 3:01 duration
๐ ID: 23180157
๐ Lyrics
Ebusheni bami
(Ebusheni bami)
Ngiyothokoza njalo
(Ngiyothokoza njalo)
Ngiyothokoza ngawe
Yebo ngiyohlala
(Yeah ngiyohlala njalo kuwe)
Yebo ngiyohlala njalo kuwe
Yebo ngiyohlala njalo kuwe
(Ngiyohlala njalo kuwe)
Ngisemusha ngiyahlala
(Ebusheni bami)
Ebusheni bami
Ebusheni bami moya
Ngiyohlala njalo, ngiyohlala njalo kuwe
(Ngiyozithokozisa ngawe, ngiyozithokozisa ngawe)
Yebo ngiyohlala
(Ngiyohlala nawe ngihlale nawe, ngibeseduze nawe)
Ngoba intokozo yami ikuwe
(Ngiyohlala njalo, hlala njalo kuwe)
Ngiyokhuleka ngingaphezi
(Yebo, ngothandaza njalo)
Noma izimo zifika
(Ngiphelelwa amandla moya)
(Ngiphelelwa amandla moya)
Ngiphelelwa amandla
Nalapho izimo zobusha zingihlasela
(Ngizohlala nawe)
(Soze ngaphelelwa amandla)
Ngiyohlala njalo kuwe
(Soze ngaphelelwa amandla)
Yebo indulo lami liyakwazi
(Indulo lwami liyakwazi)
Ngiphila nje nginobufakazi
(nginobufakazi)
Noma indlela inameva
(Ngish' indela inameva)
Ngiyohlala njalo kuwe
Ngiyohlala njalo kuwe
(Ngiyohlala ezinyaweni zakho)
Ngiyohlala njalo kuwe
Ngiyozithokozisa ngawe
(Ebusheni bami)
Ngiyothokoza njalo
(Ngiyothokoza njalo)
Ngiyothokoza ngawe
Yebo ngiyohlala
(Yeah ngiyohlala njalo kuwe)
Yebo ngiyohlala njalo kuwe
Yebo ngiyohlala njalo kuwe
(Ngiyohlala njalo kuwe)
Ngisemusha ngiyahlala
(Ebusheni bami)
Ebusheni bami
Ebusheni bami moya
Ngiyohlala njalo, ngiyohlala njalo kuwe
(Ngiyozithokozisa ngawe, ngiyozithokozisa ngawe)
Yebo ngiyohlala
(Ngiyohlala nawe ngihlale nawe, ngibeseduze nawe)
Ngoba intokozo yami ikuwe
(Ngiyohlala njalo, hlala njalo kuwe)
Ngiyokhuleka ngingaphezi
(Yebo, ngothandaza njalo)
Noma izimo zifika
(Ngiphelelwa amandla moya)
(Ngiphelelwa amandla moya)
Ngiphelelwa amandla
Nalapho izimo zobusha zingihlasela
(Ngizohlala nawe)
(Soze ngaphelelwa amandla)
Ngiyohlala njalo kuwe
(Soze ngaphelelwa amandla)
Yebo indulo lami liyakwazi
(Indulo lwami liyakwazi)
Ngiphila nje nginobufakazi
(nginobufakazi)
Noma indlela inameva
(Ngish' indela inameva)
Ngiyohlala njalo kuwe
Ngiyohlala njalo kuwe
(Ngiyohlala ezinyaweni zakho)
Ngiyohlala njalo kuwe
Ngiyozithokozisa ngawe