Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Isibaya Sikababa

๐Ÿ‘ค Nkeshemba โ€ข ๐ŸŽผ Ushaka โ€ข โฑ๏ธ 3:58
๐ŸŽต 2492 characters
โฑ๏ธ 3:58 duration
๐Ÿ†” ID: 25287647

๐Ÿ“œ Lyrics

Ngaye ngazikhethela yena
Ngaye ngazikhethela yena
Ngaye ngazikhethela yena
Ngaye ngazikhethela yena

Mm-mm, mm

Cha khona ngikhethe kahle
Uma ngikhethe umuntu omuhle kanjena
Uyojabula owami uma
Uyojabula, ejabule
Uyojabula umama

Cha khona ngikhethe kahle
Uma ngikhethe umuntu omuhle kangaka
Uyojabula owami uma
Uyojabula, ejabule
Uyojabula umama

Mama hlala phansi nayi 'ndaba ngik'xoxele
Ngathi kulezinsuku senizom'bona umakoti wenu
Ngathi usezivezile umaqondana, impela uyena
Wangikhipha emjolweni mama wangifaka othandweni
Ubuhle bentokazi, uNobuhle igama lakhe
I-smile sakhe singenza ngiyogiya entabeni
Iphimbo lakhe lisho umzwilili emadlebeni
Ngizwa umnkenenezo osho kamnandi enhlizweni yami

Kusukela kudala sibuya kude naye
Ngangiqala ukum'bona wangi-chocka ngamehl'akhe
Wayithatha inhliziyo wayiphosa ekujelini wema
Wayinekeza uthando kwawukumuka kwami lokho
Ngicela uma utshela ubaba umxoxele ngaye
Umtshele ukuthi umalokazana wakhe
Umtshele ukuthi mina ngiyazifela ngaye
Umtshele ukuthi unenhlonipho akadeleli

Muhle umntanomuntu impela mama istetelezi
Isizotha esitholakala kuye, ukhuthele
Inkomo zikababa ziyowela emzini ofanele
Ngiyoyishaya iphelele impela mama kuhle kwethu
Muhle umntanomuntu impela mama istetelezi
Isizotha esitholakala kuye, ukhuthele
Inkomo zikababa ziyowela emzini ofanele
Ngiyoyishaya 'phelele impela mama kuhle kwethu

Ngingas'qothula sonke isibaya sikababa
Abafwethu bayosala benani
Uma int'enhle itholaka kuwe
Uyilento efuneka kumama
Ngiyos'qothula sonke isibaya sikababa
Abafwethu bayosala belobola ngemali
Yonke int'enhle itholaka kuwe

Uyilento efuneka kumama
Uyilento efuneka kumfazi
Uyilento efuneka kumalokazane
Uyilento efuneka kumfazi
Uyilento efuneka kumalokazane

Ngiyos'qothula sonke isibaya sikababa
Abafwethu bayosala benani
Uma int'enhle itholaka kuwe
Uyilento efuneka kumama

Ngaye ngazikhethela yena
Ngaye ngazikhethela yena
Ngaye ngazikhethela yena
Ngaye ngazikhethela yena

(Ngiyosqothula sonke isibaya sikababa) ngaye ngazikhethela yena
(Abafwethu bayosala benani) ngaye ngazikhethela yena
(Uma int'enhle itholaka kuwe) ngaye ngazikhethela yena
(Uyilento efuneka kumama) ngaye ngazikhethela yena
(Ngiyosqothula sonke isibaya sikababa) ngaye ngazikhethela yena
(Abafwethu bayosala belobola ngemali) ngaye ngazikhethela yena
(Yonke int'enhle itholaka kuwe) ngaye ngazikhethela yena
(Uyilento efuneka kumama) ngaye ngazikhethela yena
(Uyilento efuneka kumfazi) ngaye ngazikhethela yena
(Uyilento efuneka kumama) ngaye ngazikhethela yena

โฑ๏ธ Synced Lyrics

[00:01.05] Ngaye ngazikhethela yena
[00:03.44] Ngaye ngazikhethela yena
[00:06.60] Ngaye ngazikhethela yena
[00:09.86] Ngaye ngazikhethela yena
[00:16.41] Mm-mm, mm
[00:24.17] Cha khona ngikhethe kahle
[00:25.93] Uma ngikhethe umuntu omuhle kanjena
[00:28.98] Uyojabula owami uma
[00:32.31] Uyojabula, ejabule
[00:35.64] Uyojabula umama
[00:37.02] Cha khona ngikhethe kahle
[00:38.41] Uma ngikhethe umuntu omuhle kangaka
[00:41.86] Uyojabula owami uma
[00:45.06] Uyojabula, ejabule
[00:48.25] Uyojabula umama
[00:51.31] Mama hlala phansi nayi 'ndaba ngik'xoxele
[00:54.47] Ngathi kulezinsuku senizom'bona umakoti wenu
[00:57.22] Ngathi usezivezile umaqondana, impela uyena
[01:00.49] Wangikhipha emjolweni mama wangifaka othandweni
[01:03.83] Ubuhle bentokazi, uNobuhle igama lakhe
[01:06.93] I-smile sakhe singenza ngiyogiya entabeni
[01:10.37] Iphimbo lakhe lisho umzwilili emadlebeni
[01:13.49] Ngizwa umnkenenezo osho kamnandi enhlizweni yami
[01:16.70] Kusukela kudala sibuya kude naye
[01:19.91] Ngangiqala ukum'bona wangi-chocka ngamehl'akhe
[01:23.22] Wayithatha inhliziyo wayiphosa ekujelini wema
[01:26.42] Wayinekeza uthando kwawukumuka kwami lokho
[01:29.40] Ngicela uma utshela ubaba umxoxele ngaye
[01:32.79] Umtshele ukuthi umalokazana wakhe
[01:35.86] Umtshele ukuthi mina ngiyazifela ngaye
[01:38.96] Umtshele ukuthi unenhlonipho akadeleli
[01:42.34] Muhle umntanomuntu impela mama istetelezi
[01:45.41] Isizotha esitholakala kuye, ukhuthele
[01:48.67] Inkomo zikababa ziyowela emzini ofanele
[01:51.71] Ngiyoyishaya iphelele impela mama kuhle kwethu
[01:54.92] Muhle umntanomuntu impela mama istetelezi
[01:58.14] Isizotha esitholakala kuye, ukhuthele
[02:01.24] Inkomo zikababa ziyowela emzini ofanele
[02:04.51] Ngiyoyishaya 'phelele impela mama kuhle kwethu
[02:19.75] Ngingas'qothula sonke isibaya sikababa
[02:23.88] Abafwethu bayosala benani
[02:27.13] Uma int'enhle itholaka kuwe
[02:30.27] Uyilento efuneka kumama
[02:32.35] Ngiyos'qothula sonke isibaya sikababa
[02:36.79] Abafwethu bayosala belobola ngemali
[02:40.02] Yonke int'enhle itholaka kuwe
[02:43.16] Uyilento efuneka kumama
[02:46.37] Uyilento efuneka kumfazi
[02:49.55] Uyilento efuneka kumalokazane
[02:52.76] Uyilento efuneka kumfazi
[02:55.80] Uyilento efuneka kumalokazane
[02:57.87] Ngiyos'qothula sonke isibaya sikababa
[03:02.13] Abafwethu bayosala benani
[03:05.40] Uma int'enhle itholaka kuwe
[03:08.77] Uyilento efuneka kumama
[03:11.85] Ngaye ngazikhethela yena
[03:15.02] Ngaye ngazikhethela yena
[03:18.10] Ngaye ngazikhethela yena
[03:21.55] Ngaye ngazikhethela yena
[03:23.71] (Ngiyosqothula sonke isibaya sikababa) ngaye ngazikhethela yena
[03:28.07] (Abafwethu bayosala benani) ngaye ngazikhethela yena
[03:31.21] (Uma int'enhle itholaka kuwe) ngaye ngazikhethela yena
[03:34.46] (Uyilento efuneka kumama) ngaye ngazikhethela yena
[03:36.08] (Ngiyosqothula sonke isibaya sikababa) ngaye ngazikhethela yena
[03:40.79] (Abafwethu bayosala belobola ngemali) ngaye ngazikhethela yena
[03:43.87] (Yonke int'enhle itholaka kuwe) ngaye ngazikhethela yena
[03:47.20] (Uyilento efuneka kumama) ngaye ngazikhethela yena
[03:50.74] (Uyilento efuneka kumfazi) ngaye ngazikhethela yena
[03:54.11] (Uyilento efuneka kumama) ngaye ngazikhethela yena
[03:56.31]

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings