Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Ikusasa

๐Ÿ‘ค Sjava โ€ข ๐ŸŽผ Umsebenzi Gold Deluxe โ€ข โฑ๏ธ 5:07
๐ŸŽต 1491 characters
โฑ๏ธ 5:07 duration
๐Ÿ†” ID: 8295823

๐Ÿ“œ Lyrics

Ling'phatheleni iksasa lami
Zonke inhlelo zami
Lento yophelelaphi
Impendilo ngizotholaphi

Ngoba kusa kusa ezweni
Ikusasa aliziwa

Ikusasa aliziwa
Ngoba kusa kusa ezweni
Ikusasa aliziwa
Ngoba kusa kusa ezweni

Ngishaywa uvalo mangicabanga ling'phatheleni iksasa lami
Izinto zami mile ngididekile
Moshakele zonke inhlelo zami
Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi
Imbuzo yami iphelela emoyeni
Impendilo ngizotholaphi

Kanti yini impilo
Mayinje
Kanti yini impilo

Kazi lempi ngiyomqoba na
Noma iyonghlula na
Ilanga liyashona nothukela liyangenisa na
Ngabe ngiyoluwela na
Amaphupho enginawo ngimisele ukuwasebenzela
Ngabe ayofezeka
Futhi ngimisele nokuwafela wa

Ikusasa aliziwa
Ngoba kusa kusa ezweni
Ikusasa aliziwa
Ngoba kusa kusa ezweni

Ngishaywa uvalo mangicabanga ling'phatheleni iksasa lami
Izinto zami mile ngididekile
Moshakele zonke inhlelo zami
Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi
Imbuzo yami iphelela emoyeni
Impendilo ngizotholaphi

Kanti yini impilo
Mayinje
Kanti yini impilo

Yazi inzima impilo yokuhlalela ovalweni
Abakhoni abanye induduzo bayithola ebhodleleni
Kunzima emalini kunzima futhi nasendlaleni
Inkinga ikhona yonke indawo ukuthi ayifani

Ikusasa aliziwa
Ngoba kusa kusa ezweni
Ikusasa aliziwa
Ngoba kusa kusa ezweni

Ngishaywa uvalo mangicabanga ling'phatheleni iksasa lami
Izinto zami mile ngididekile
Moshakele zonke inhlelo zami
Ngihlale ngibuza ukuthi ngempela lento yophelelaphi
Imbuzo yami iphelela emoyeni
Impendilo ngizotholaphi

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings