Home ๐ŸŽฌ Bollywood ๐ŸŽต Pakistani ๐ŸŽค English Pop

Ngiyabonga

๐Ÿ‘ค Naledi Aphiwe โ€ข ๐ŸŽผ Ngiyabonga โ€ข โฑ๏ธ 4:02
๐ŸŽต 1157 characters
โฑ๏ธ 4:02 duration
๐Ÿ†” ID: 9242441

๐Ÿ“œ Lyrics

Eyi-yeh, eyi-yeh
Eyi-yeh, eyi-yeh

Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi, mm, mm

Uma ngibuka emuva lapho eng'suka khona
Baba ngiyabonga, baba ngiyabonga
Ngokungenzele umusa ongandele bani
Wangithatha ngisem'nyango wangibeka emsamu
Okunye engikucelayo, ngicela amandla
Amandla okubhekana nezinqinamba
Ohambweni lwami olusha engilithathayo, oh, woh, woh

Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi, mm, mm

Ngibonga uthando nethuba
Engilithole kubantu bangeseka
Banginika amandla okuqhubeka
Eh, yeh, yeh, yeh, yeh, yeh

Ngibonga inhlonipho engiyiphiwe uMdali
Wangenza ngathoba ngabazi abanye abantu
Ngoba angiyilutho ngaphandle kwabo, oh, woh
Ngob' izandla, ngob' izandla ziyagezana
Ngob' izandla, ngob' izandla ziyagezana

Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi, mm, mm
Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
Kodwa abalitholi, mm, mm

โฑ๏ธ Synced Lyrics

[00:03.65] Eyi-yeh, eyi-yeh
[00:11.77] Eyi-yeh, eyi-yeh
[00:20.32] Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
[00:25.81] Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
[00:32.51] Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
[00:37.85] Kodwa abalitholi, mm, mm
[00:43.26] Uma ngibuka emuva lapho eng'suka khona
[00:48.72] Baba ngiyabonga, baba ngiyabonga
[00:54.12] Ngokungenzele umusa ongandele bani
[01:00.13] Wangithatha ngisem'nyango wangibeka emsamu
[01:07.31] Okunye engikucelayo, ngicela amandla
[01:11.27] Amandla okubhekana nezinqinamba
[01:14.12] Ohambweni lwami olusha engilithathayo, oh, woh, woh
[01:26.53] Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
[01:32.13] Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
[01:38.88] Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
[01:43.95] Kodwa abalitholi, mm, mm
[01:49.49] Ngibonga uthando nethuba
[01:52.44] Engilithole kubantu bangeseka
[01:57.89] Banginika amandla okuqhubeka
[02:04.17] Eh, yeh, yeh, yeh, yeh, yeh
[02:11.68] Ngibonga inhlonipho engiyiphiwe uMdali
[02:17.28] Wangenza ngathoba ngabazi abanye abantu
[02:24.11] Ngoba angiyilutho ngaphandle kwabo, oh, woh
[02:33.64] Ngob' izandla, ngob' izandla ziyagezana
[02:44.67] Ngob' izandla, ngob' izandla ziyagezana
[02:54.76] Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
[03:00.46] Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
[03:07.01] Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
[03:12.14] Kodwa abalitholi, mm, mm
[03:17.02] Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona
[03:22.47] Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona
[03:28.91] Ngoba abanye bayalifisa lelithuba
[03:34.26] Kodwa abalitholi, mm, mm
[03:39.19]

โญ Rate These Lyrics

โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†โ˜†
Average: 0.0/5 โ€ข 0 ratings